Frobits
🎵 A song made on Frobits

Yini Iphara

0:000:00
Download
Reply with a song
Lyrics

Amaphara
Yini iphara.....x2
Avelaphi amaphara.
Bavelaphi labantwana esibabiza ngamaphara.
Wothi ngikutshele. Lezingane zizalwa yithi.
Ngithi zizalwa yithi. Pho kungani sizibiza ngamaphara...x2
Mmmmmmmm
Amaphara. Amaphara. Amaphara. Mmmmm
Lezingane zinegazi njengami nawe futhi ziphuma kubaba nomama.
Bafowethu kungani sikhulelise bese singondli.
Kungani sikhulelise bese sihlukumeze izingane zethu. Maqede sithi Amaphara.
Eeeeee ayngeke okusho ukuthi uma zingamaphara wena uyiphara elikhulu...x2
Kungani singake nje sihlanganise okuthile I south aftica yonke, sigeze futhi sakhele lezingane amashelter bese zifundiswa ama skills. Siyeke ukubabiza ngama phara sibe singasizi ngalutho.
Ngitni yini iphara futhi aqhamuka kuphi Amaphara.
Izingane ezizalwe umuntu lezi zafundiswa izidakamizwa nazo ezifike nomuntu ongumzali naye.
Uphi unembeza...o...o

More songs by Hlekabemhlanganyela Listen to songs created by others
FROBITS