[male vocals] Umoya
ongcwele
Ngicela
sonke
siphakamise
izandla
emoyeni
bese
sizibela
kubobonke
abasishiyile
emhlabeni
sizwe
sakwa
Zuma
manxamalala
amahle
ngaphansi
kuka
gogo
Mbhunethi.
Uma
uziphakamisa
ujule
ngenhliziyo
bese
uyazikhulumisa
izandla
zakho
phezu
kwabo.
Usho
uthi.
Lalelani
zithandwa
zethu,
siyanithanda
sicela
nisibheke
nisiphe
uthando
sibekezelelane.
Bese
uyababiza
uthi.
Gogo
Mbhunethi
siyakuthanda.
Malume
u
Bheki
bheka
izingane
zakho.
Malume
Phumlane
bheka
iwele
lakho
Bongane.
Malume
u
Mthunzi
siphe
ukumamatheka
njalo.
Mamncane
Nombuso
bheka
izingane
zakho.
Bhuti
Sipho
yiba
nathi.
Bhuti
Xolane
yiba
nomndeni
Bhuti
Thembela
siphe
uthando
Bhuti
Muzi
uyalazi
usizi
lwethu
Bese
sithi
mmmmmmmmmmmmmmmmmmmm
Sisi
Zodwa
siphe
izinhlanhla
Sisi
Thandi
Phelisa
inzondo
kithi
Sisi
Nqobile
makhwashube
yiba
nathi
Sisi
Stafu
senze
sihlale
sihleka
njalo
Sisi
Tebhe
bheka
umfana
wakho
Bese
sithi
amen
Mshana
Sanele
bheka
abafowenu
Engingambizanga
lapha
axole
usale
ngephutha
kodwa
u
Sabelo
Hlekabemhlanganyela
uyamthanda
kakhulu.
Sicela
nazi
ukuthi
siyanithanda
futhi
siyanikhumbula
kakhulu.
Uthando
esinalo
ngani
lungefaniswe.
Masihlanganeni
Bozuma
abahle.
Manxamalala
bomabhida
bomahlokohloko
Azihlangane
izandla
bese
sithi
amen.