Frobits
🎵 A song made on Frobits

Sikhumbule Gogo Mbhunethi

0:000:00
Download
Make your own song
Lyrics

[male vocals] Sikhumbule

Gogo

Mbhunethi

Sikhumbule,

sikhumbule,

hallelujah

Gogo

Mbhunethi,

Gogo

Mbhunethi

kazi

kuhamba

kanjani

kuwe

apho

ukhona

Gogo

Mbhunethi

wena

uyazi

wasishiya

kanjani,

namanje

gogo

kusenjalo

kanti

yini

Bathini

odibane

nabo

lapho,

siyazibuza

sonke

ukuthi

kwenzenjani

Siyakukhumbula

Gogo,

sikhumbula

amazwi

akho

nesihe

sakho

Nkosi

yami,

baba

wethu,

sikhumbula

imithandazo

yakho,

amen

Jjjjhhhhhh

jjjjjjhhhhhhh

jjjjhhhhhh

Gogo

Matomela

Nxamalala

vula

okuvalekile

Batshele

bavule

nawe,

vula

iminyango

yezulu

Sikukhumbula

njalo,

sithandaza

kuwe

Baba

Phakamisa

umphefumulo

wakhe,

unikeze

ukuphumula,

glory

Gogo

Mbunethi

yiphani

u

Malume

Bongane

amandla

okubhekana

nakokonke.

U

Mama

Busisiwe

uyanithanda.

U

mamncane

Khethiwe

uthi

mvikeleni.

Gogo

ingabe

ufike

wababona

oMalume

Bheki

noMalume

Phumlane

Baphila

kanjani,

ubafice

bekusiphi

isimo

kulowo

mbuso

Akekho

noyedwa

kini

obuyile

wazosho

ukuthi

impilo

injani

ngapho

Kodwa

sithemba

ukuthi

nisekhaya,

ezandleni

zeNkosi

Siyabonga

Jesu,

siyabonga

ngempilo

yabo,

yes

Lord

Gogo

Matomela

Nxamalala

vula

okuvalekile

Batshele

bavule

nawe,

vula

iminyango

yezulu

Sikukhumbula

njalo,

sithandaza

kuwe

Baba

Phakamisa

umphefumulo

wakhe,

unikeze

ukuphumula,

mmmmmmmm

Gogo

ukulandelile

umalume

uMthunzi

Ngisho

umthunzi

wamatshitshi

namajongosi

naye

wahamba

wasishiya

Walandela

nomzukulu

wakho

uTebhe

Ingabe

nimphethe

kahle

yini

lapho,

nibambene

ngezandla

Siyakuthanda

Gogo,

sikhumbula

uthando

lwenu

Praise

Him,

hallelujah,

amen

Jjjjjjhhhh

jjjjjhhhh

jjjjhhhh

Siyabonga

ngeminyaka

enisiphe

yona

emhlabeni

Siyabonga

ngesibonelo

senu

sokukholwa

Sizoqhubeka

nokuhamba

endleleni,

sizoqhubeka

nokuthandaza

Siyazi

ukuthi

nisekhaya,

siphilile

ngaphansi

kwesivikelo

sikaSomandla

Thank

You

Jesus,

uyingcwele,

uyingcwele

Jjjjhhhh

jjjhhhh

jjjjjhhhhhh

jjjjhhhhhh

Gogo

Matomela

Nxamalala

vula

okuvalekile

Batshele

bavule

nawe,

vula

iminyango

yezulu

Sikukhumbula

njalo,

sithandaza

kuwe

Baba

Phakamisa

umphefumulo

wakhe,

unikeze

ukuphumula,

glory

Bhekani

u

Mbali

ngisho

u

Qhamukile.

Bhekani

u

Khehla,

u

Phindile,

nathi,

moreen,

Ncamisile,

u

Thulane.

Hlengani

u

Tha,

Spha

no

Mkhothi

ngisho

no

Pinky.

Thandani

u

bhuti

Thembinkosi

no

thobile.

Vikelani

bhuti

Sphiwe

no

Buselapho

no

Spha

iphara.

Nakekelani

u

Nana,

Mpume

no

Nobuhle.

Gogo

Mbhunethi,

sikhumbule,

sikhumbule

Niyaphumula

manje,

ezandleni

zeNkosi

Siyabonga,

amen,

glory,

praise

Him

Lalani

ngokuthula,

sikhumbula

nonke,

amen.

Khumbula

nesizukulu

sakho.

Sabelo

uyanithanda

More songs by Hlekabemhlanganyela Listen to songs created by others
FROBITS