(Mmmmmmmmmmmm)
(Haaaaaaaaaaaa)
Kufa, wena unomhobholo
Kufa, wena unonuku
Ngangisabheke lukhulu kuye
Kodwa wena wamthatha
Awuneli, awunakwane
Ngaba naye isikhathi esincane
Wena wamsusa phambi kwami
Kufa, wena unomhobholo
Kufa awunoni, wena unomhobholo
Wangithathela umama wami
Kufa awunoni, wena unomhobholo
Wangithathela umama wami
Kufa awunoni, wena unomhobholo
Wangithathela umama wami
Mama ngangithi uyongibona
Sengingena ezigabeni zonke
Ungeluleke ezinsukwini zami
Wafika uNokufa wangithathela wena
Amaphupho ami ngawe, wawathatha
Kufa awunoni, wena unomhobholo
Wangithathela umama wami
Kufa awunoni, wena unomhobholo
Wangithathela umama wami
Kufa awunoni, wena unomhobholo
Wangithathela umama wami
Sitshele kufa, sakubangisani?
Awukhethi, uthatha omncane
Uthathe nomdala, awukhethi
Uma ikhona into owayibanga noJehova
Kungani ulwa nathi?
(Mmmmmmmmmmmm)
(Haaaaaaaaaaaa)
Kufa, awunoni
Sikhala izinyembezi
Kufa, awunoni