Ahh ahh
Ahh ahh
Ahh ahh
Ahh ahh
Ngabe uzobuya nini na
Wena uhambile wang'shiya
Ngabe uzobuya nini na
Wena uhambile uhambile
Impilo ibimnandi shlelindawonye
Sxoxa kumnandi shlelindawonye
Sishera impilo sindawonke noma ngimubi
Kodwa ubung'thanda futhi unganandaba
Noma besithuka bes'delela bes'hlezi sindawonye
Ngakhokonke ubuyisphephelo senhliziyo yami
Wavele wang'shiya ei ngale kwesizathu
Yebo ngikwenzele okubi kwena kodwa
Ngaxolisa zonke izono zami futhi wang"thembisa konke kuxolelwe
Ngabe uzobuya nina nah
Wena uhambile wang'shiya
Ngabe uzobuya nini nah
Wena uhambile
Hhe lalelala ntwana
Mina be ngikthanda iskhathi sindawonye yes Even Today mina ngisak'thanda futhi akekho ozong'shintsha yes aibo ang'shintsheki ngothandolwami ikhethelo lami bekuwena baby Ya idliso lami leminyaka
Ei ei ei ei
For sure laph'ukhona i hope uzong'xolela ngemnene inhliyoyakho emhlophe yes ngyavuma bak'thathile nabo bebengazi ukuthi bekukhonumnikazi
Hhe lalela mntakwethu
Ngabe uzobuya nini na
Wena uhambile wang'shiya
Ngabe uzobuya nini na
Wena uhambile you gone baby
Hha lalelala mntwana
Mina bengikthanda iskhathi sisendawonye
Yes Even Today mina ngisak'thanda futhi akekh ozong'shintsha yes aibo ang'shintsheki ngothandolwami ikhethelolami bekuwena baby Ya wena ubuyidlisolami leminyaka
For sure laph ukhona i hope uzong'xolela ngemnene inhliziyo yakho emhlophe yes bakthathile nabo bebengazi futhi bebengazi ukuthi ukhona ukhona umnikazi
Hhe lalela
Ngabe uzobuya nini na
Wena uhambile wang'shiya
Ngabe uzobuya baby
Wena uhambile
Hhe lalela mntwana
Mina bengikthanda skhathi sindawonye yes Even Today mina ngisak'thanda futhi akekho ozong'shintsha yes qe[ vele ang'shintsheki ngothandolwami ikhethelolami lami bekuwena baby Ya idliso lami leminyaka.
Wena sthandwa sami xolisinhliziyo yakho
Noma svele sibabangani sxolelane
Impilo iqhubeke ngikvakashele nawe ungvakashele ei salute kusbari omusha
Uzumphathekahle lo lo nami nami owami Omusha lets hope uzongphatha nice lomusha ubhaka nice futhi upheka nice
Hhe
Ngabe uzobuya nini na
Wena uhambile wang'shiya
Ngabe uzobuya nini na
Wena uhambile