Baba
Baba angikwazi ngamehlo enyama kodwa ngyakwazi...x4
Wathi ungezwa ukuthi umama ukhulelwe and ukhulelwe u Sabelo wena wakhetha ukufa.
Baba why wakhetha ukuhamba kodwa hhayi nje ukuhamba, ukufa aaa aa aaa
Mina uma ngfika emhlabeni ngangifisa ukubona ubuso bakho Kodwa wena wakhetha ukufa ungakangiboni.
Kodwà why why why why..x4
Ave kubuhlungu ukuzwa ezinye izingane zithi baba kobaba bazo kodwa mina lutho o o o o oooooooo...x4
Ngyazi wawuthanda izinto ezinhle futhi wawuyoba ubaba oqotho kimi ingakho nami ngiqotho ezinganeni zami....x3
Mmmmmmmmmmmm
Oooooooo eeeèeeeeee
Ngyakuthanda kakhulu yize ungekho phambi kwami. Ukudinwa kwami ngawe sekwaphela ngyakunda ooooooo...x4