Inhliziyo
Inhliziyo yami seyathathwa.
Ngithi eyami seyantshontshwa inhlizitiyo
Ngicela nixole uthando alusekho selathathwa izingane zami...x3
Eyami inhliziyo seyanamathela kubantwana. Noma ungeza nedlizo angeke lisasebenza. Noma ungangiphalazisa sekuyafana.
Kolamula igodi. Findo bopha. Mina nabo.
E e ee o o
Baba ngiphe amandla ukuze bahlale bejabule. Eyami seyakhetha