HELLO, YELLO
SAWUBONA
Unjani lapho
Yello
Yabona ngamany amalanga
Uth uyaz'hambela ubona abantu
Mawuphumel emnyamngo ushayi istrada
Uvele uhlangene nentombi emhlophe
Etheqwaa
Uthi yay'buka ivele ishalaze ibheke le sengath ayik'boni
Lapho umqondo wakho vele usukthumelilo nemizwa yakho
Angithi ubona lento ongajwayele
K'vele kubengathi umhlaba uyaqala
Ubuhle bendalo ayi awuthi ngzame
Awu sorry kancane ntombi
Ngicel ung'mele kancane ng'beke noma amathath' amagama
Waze wamuhle mntanomuntu
Igama ubani uhlonipha kabani
Wakabani if akekho sengikhona
Gegelagege ntombi zonke z'yangegela
Uthando lwami ntombi ludlul'amagagasi
Nengenabhaskidi yangena emakethe dudlu
Sphalaphala
Gege lagege ntombi zonke z'yangegela
Ubuhle bakho ntombi ngathi ugeza ngobisi
Awubheke isitho sakho unyathela ngabantwana
Gege lagege ntombi zonke z'yangegela
Nengenankomo iyayidla Lenyama dudlu
Sondela mayidali uzodl'umnotho kaZuma
Ng'zok'fak indandatho ube umama sekhaya
Ub'khazikhazi obakho ntombi ng'vume ubengowami k'vele k'nyiwe 1time.
Gegelagege ntombi zonke z'yangegela
Irivesi yakho ingishaya ngaphakathi
Ingenza ngithi mmm ei cosololo uyang'chaza s'phalaphala
Gegelagege ntombi engenachashaza
Mak'khulunywa ngobuhle bendalo
I can rate you ten out of ten zihlabathi zolwandle angithi
Ngichazwa nawumoya wakho omnene
Ozothile kanye nalenhlonipho
AWUSHO baby ukhuliswe abobani ng'vele
Ng'bhale zonke indleko zabo
And kwaziNkomo abangazibiza
Ngabhansela nangezu six ngaphezulu
Ngaze ngifake negolide phez'kwazo
Ntombi
Ngik'thathe ngik'beke phezulu entabeni
Ng'vale ngeporche mina thatha lento isteering sakho
Lesi oyos'phendula mihla namalanga
Kuze k'buye uJesu emafini hhey
Ngivume ntombi
Ng'bhalele nabasekhaya incwadi encane
Ngicel nasemadlozini kobabamkhulu is'hlobo esisha angithi ibona abas'phethe ng'zobabiza ses'boph ifindo likasofa s'lahlane
Basiphe ney'busiso incwadi ivele igcwale phezulu yes
Vuma
Gegelagege ntombi zonke z'yangegela
Awusondele ntombi uzokhomba ngophakathi nasi istrugod and
Ngiyafunga ng'yagomela ngizok'phatha
Kahle ek'seni nasemini nantambama
Ng'yohlezi ng'phupha ngawe baby
Gegelagege ntombi zonke z'yangegela
Windoni yamanzi wena uhambela phezulu njengey'nyoni Zezulu I thank you!