Ihumusha nentshiz eqolo ligcwal istrada kuzosuk is'moko kukhal Omakhelwane Omakhelwane ba
Ba memeze izingane Bayibonil ingozi ulova usejuthini uyaCabanga umefika k'lelikhona ngoba babe bloma khona namajita esaphila Bethi one day njayami
bayodlala lengoma ekhalisa abantwana babethanda ihip hop nekwaito Yamampela babephupha ngayo ub'suku nemini
Kush abantu bathi vele kwak'daliwe bezam ukumduduza kodwa yena angas'bhayi abheke ezulwini kwehl' izinyembezi athi majita nang'shiyelani kulomhlaba ohlabayo hhey kunameva la k'nalentehlabayo sathane
NalamaSeven akhuz'ibuya angithi ilosikisi ang'bhekemehlweni
Athi ku outie ubuz'khanda ngebhobhini ugexe ngebhobhini so vaya uyemshovweni clever hhey wena
Wayjik Ulova but now i gotta pay a revenge for my tsotsi imoto emnyama ngyay'zonda ng'zoy qumba phansi ngebhobhini ngingedwa njengok'sala kwami
Angithi nafela la nami ngasala la ngithi nalemgulukudu ayibuye izong'thola la
Here comes my enemy
With da black fuckin car
I dont give a damn
How many they are
I'm gonna face them
I lay down and crawl like a soldier
And shoot da fuckin car
I make sure nobody survive
I kick all of them
I do this for my tsotsi
Cover me now this is a revenge
I shoot them they shoot me too
But i dont see anything
All i see is a smoke of a gun
I'm losing my bullets
But i gotta keep shooting
Ohh my Lord help me now
Everybody feel da bit
Ihumusha nentshiz eqolo ligcwal istrada
Ihumusha nentshiz eqolo ligcwal istrada kuzosuk is'moko kukhal Omakhelwane bamemeze izingane Bayibonil ingozi
Yes, yes i do this for my tsotsi
Bahambile umhlaba bawushiyile sengibambe ngedwa lempi nize nihambekahle
INkosi ibenani laphonikhona will you rest easily kuninanonke
Rest easy bafana bakuthi
Nibe idlozi elihle kubant abasele
Unkulunkulu abenani emazulwini
Athethelele zonke izono zenu
Bonke enibonile nabo bathethelele egamenilikayise elendodana elikamoya ocwebiley akhuz Amen amahumusha
Lalani Masosha
K'yosala izibongo
Zohamba iinsizwa
K'sala abafelokazi
Imizi ivaliwe ilento yokuzifaka
Ukube k'yenzeka ngabe ayikho yonke lento yok'satshwa umphakathi awuyithandi nani niyayazi bonke abantu mawuqhamuka bashintsh indlelazabo ngoba nali Ihumusha l'zobaphambanisa
Akes'qal impilo entsha senzengokusha
S'fundise abobhuti nabosisi bak'sasa
Abefundisi
Abahlengikazi
Abomthetho
Abothisha
Nabodokotela
Abanye nabanye
Singakhohlwa abophrojusa
Mas'philisane sonke
Sakhe isizwe sethu sibeyimbumbe
Yes true story
Lets continue
Grinding Dont Stop
Umfuji uzohlalakhona
Angithi Ng'phusha lomshikashika
Ng'yabadida ng'baxukuz'ugebhezi
Yes ilerobhen ayilendi ing'valela ngaphandle
Yabona mang'khululwa ebugqileni ng'zokwenza sure and I'm going to be the first man uk'bakhulula nabanye nabanye nasi istruGod
Danko!!!