Frobits
🎵 A song made on Frobits

Asenze Ingoma Yesizulu

0:000:00
Download
Reply with a song
Lyrics

Uthando
Yini Uthando ingabe ungakwazi yini ukuhlukanisa phakathi Kathmandu nokuthathekelana empilweni yangempela
Qaphela abantu abathi bayakuthanda
Kanti lutho abakuthandi kodwa kepha bayakuhalela
Qaphela bhuti
Qaphela sisi
Kanti yini Uthando. Uthando alupheli futhi mntanam. Uthando luyabekezela . Uthando aluzifuneli okwalo
Ujehova uluthando futhi akasoze akushiye..x2
Ujehova uluthando ......x3
Qaphela abantu abeza kuwe bethi bayakuthanda kanti baphushwa inkanuko
Inkanuko inkanuuuuuko inkanuko.......2
Kanti yini Uthando. Kanti yini Uthando
Uthando uthandoooooo
Uthando uthandoooooo
Uthando uthandoooooo
Alunasiphetho nakubukelana phansi
Uthandooooo

More songs by Hlekabemhlanganyela Listen to songs created by others
FROBITS