[male vocals] Zingane
zakwethu
Uthando
enginalo
ngani
lungefaniswe
nalutho.
Uthando
olungidla
ngaphakathi
ngani
lubanzi.
Kakhulu.
Ngicela
sithandaneni
sazisaneni.
Ingabe
kunzima
loko.
Mfowethu
Senzo
uke
uzibuze
nje
kodwa
ukuthi
singahlangana
kanjani
kodwa
ngenye
imini.
Sibumbane
sibendawonye.
Mfowethu
Mduduzi.
Uke
uzibuze
nje
Kodwa
ukuthi
sihlukaniswa
yini.
Sivinjwa
yini
ukuthi
sithandaneni.
Zindla
ngomthandazo.
Dadewethu
Nokuthula.
Uke
ujule
nje
kodwa
ngemicabango
uzibuze
ukuthi
kungani
kunje
ezimpilweni
zethu.
Dadewethu
Maneli.
Ngiyavuma
kukhona
esingakwenza
kodwa
yini
sisi
esingayenza
ukuze
sibemunye.
Dadewethu
Duduzile.
Ngiyazi
kukhona
esingakwenza
kepha
yini.
Yisho
sisi.
Ngiyanimemeza.
Ngiyanicela
ukuthi
nidlinze
nicabange
ngathi.
Ingabe
iyona
nđela
esifisa
nezingane
zethu
ukuthi
ziyiphile
lena.
Angeke
sifane.
Ngyazi
Angeke
sithande
izinto
esifanayo
ngyazi.
Kodwa
asizithande
thina.
Asike
sihlanganeni
sidleni
inyama
ndawonye
kungonakele
lutho.
Ingabe
kunzima
ukwenza
loko.
Madiceleni
kwabadala
bethu
badihlanganise
sibemunye.
Ukuze
nezingane
zethu
zifunde
okuhle
kithi.
Masinxuse
jehova
ukuthi
abe
nathi.
Siyacela
nina
bi
Zikode.
Ntshosho
nina
bo
lindamkhonto.
Bo
Mangethe
yibani
nathi.
Sicela
uthando.
Asihlanganeni.
Sithandaneni.
Sibeni
munye .
Sibe
isibonelo
esihle
kubantwana
bethu.
Senzo.
Mduduzi.
Nokuthula.
Duduzile.
Maneli.
Ngiyanithanda
kakhulu.
Kushò
mina
Hlekabemhlanganyela.
Amen