[male vocals] Mmmmmmmmmmmmmmmm....3
Ntokozo,
mfanawami,
yebo
Ngithemba
uyaphila,
boy (
Sikwenzele
lolu)
Ngaqala
ngawe
ukubona
ukuthi
ngiyabathola
abantwana
Uyisithandwa
senhliziyo
yami,
ngiyakutshela
Ngyazi
angeke
mfanawami
ufane
noyihlo
ngakho
konke
Kodwa
uyiqhawe
lami,
mjitha,
qhubeka
njalo
Ntokozo,
mfanawami,
ngyakuthanda
Buyisa
inhlonipho,
boy,
buyisa
isimilo
Buyisa
ubuwena,
mfana,
ube
wuwe
Susa
umona
nenzondo,
thanda
abaseduze
Wena
uyiNtokozo
kayihlo,
uyiqhawe
lami
Ungabi
isidakwa,
ungabhemi,
uzithande
wena
Impilo
ifuna
ukuzithemba,
Ungamkhohlwa
nonyoko,
mfanawami,
ungamlahli
Ntokozo,
mfanawami,
ngyakuthanda
Buyisa
inhlonipho,
boy,
buyisa
isimilo
Buyisa
ubuwena,
mfana,
ube
wuwe
Susa
umona
nenzondo,
thanda
abaseduze
Ufunde
nokudlulisa,
ungabambi
amagqubu
Loko
kuzokubambezela
empilweni
yakho
Yiba
isilima
ngendlela
elungile
Phakamisa
ikhanda,
mfanawami,
Ntokozo,
yiba
wuwe
Kkkkkkkkllllllll
Mangethe
Ngyakuthanda,
qhawe
lami (
Sho,
mfanawami,
yebo!)